LIMSpec Wiki

IMpumalanga (IsiSwazi: iMpumalanga; isiNdebele; IMpumalanga; isiTsonga: Humadyambu; IsiBhunu, isiNgisi, IsiSuthu: "Mpumalanga") yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Sinamaphethelo namazwe amabili, iMozambique kanye naseSwazini.

Lesifundazwe sasungulwa ngo-27 kuNdasa ngo-1994. Ngesikhathi sobandlululo lesifundazwe sasiyingxenye yesifundazwe i-Transvaal. Isiqongo salesifundazwe iMbombela.

Amaphethelo

IMpumalanga inamaphethelo namazwe amabili;

eNingizimu Afrika lesifundazwe sinamaphethelo nalezifundazwe;

Izilimi

Izilimi ezikhulunywa kakhulu kulesifundazwe isiSwazi kanye nesiZulu.

Izilimi ezikhulunywa kakhulu eMpumalanga
     isiBhunu      isiNgisi      isiNdebele      isiXhosa      isiZulu      isiPedi      isiTswana      isiSwazi      isiTsonga      Alukho ulimi oludlula ezinye izilimi

Imithombo

  1. 1.0 1.1 1.2 Census 2011: Census in brief (PDF). Pretoria: Statistics South Africa. 2012. ISBN 9780621413885.


Izifundazwe zaseNingizimu Afrika Ifulegi laseNingizimu Afrika
iFleyistataiGauteng • Nyakatho KapaNtshonalanga Kapa
KwaZulu-NatalMpumalanga KapaLimpopoMpumalangaNyakatho-Ntshonalanga